22/02/2021
Guys π, ngikhumbule u 6 to 6 osheshayo. I miss The whole shibheng ππ½ββοΈ, from uMthunzi esefika late ebe ewu MC athi engena sihlanye engathi asmazi kwayena, I mis u Mvangeli Gumede esesβhola ngimthandazo abuye abe yi artist khona lapho, UMvangel Rasta esezongena ngoDLI ngoba ujahe somewhere π
koMpangeni ashaye elomhlaba itende, uSis Hlengiwe esethi βaningfaka ngye Mpumalanga njalo minaβπ lapho uzosishiya skhuluma ngezilimi sitetema kunjeya, angene uMalusi Mbokazi ππ½ββοΈπ₯, ayy maan, abemude same time nalesosihosha esimnandi ngathi angaphumi estage, uAyanda Ntanzi esengena ngo high note oshunqayo neSwag sihayize ππ₯, nangu noThina Zungu sizame uku sing along kodwa his soprano is on another level π₯π imagine hit after hit singing along him,ashe ama voice , Angene uThobekile ayixebule same time I make up yethu sigxuma naye, sisathi syaphumula, bangene Abathandwa kfanele sishaye ivosho nama Vedio khona lapho coz indwangu πππ₯, sisadidwe Abathandwa kungene uJumbo ππ½ββοΈ kushube, khona lapho isho I keyboard yase Top Class sihlanye asho uBetusile engena, siyodonsa noma yini sithwala π
, sisathi ADUNSU, angene uDumi kushube mese bebobathathu ke weeee Jesu, asisazi senze njaniππ, ushutha bona or I crowd, ingene INzonzomaaane madoda isithi ohheeee ohhaaa! Kuqale phansi ukβshubaππ½ββοΈ, adedele izimakwabo,angene uBabo, ayke itβs a singalongi moment wayawaya Jesu π₯ππ½ββοΈ . Kungene uMoghel maan UKholeka asnike konke from worship to praise real quick πππ½ββοΈ, zithi Sipho Makhabane uzwe ukuthi langena iLegenti π³ππ½ββοΈ, aybo kusanjalo nisazitutshwa uShongwe njalo ngoba akekho ozohlala phansi πππ½ββοΈπ₯!!! ( I couldnβt count all of you because of space lana, kodwa HHHAY maan, thereβs nothing precious than a Gospel gatherings because of the Gospel musicians) WE MISS YOU TERRIBLY, NONKE π€β€οΈ