22/04/2025
Awukwazi ukuzisinela maqede uzishayele izandla , Eminye imiyango iyovulwa indlela ophatha ngayo abantu..Akuthina Sonke Esiyokwazi ukuba namandla okuZisukumela Siphakame Empilweni, Abanye bethu Bophakamiswa Ukusondela Eduze Komunye..Kubalulekile ukuhloniphana noma usungaphesheya